UNelson noWinnie Mandela babelana isikhathi Esibalulekile

© Dr Peter Magubane
UNelson Mandela noWinnie Mandela

UWinnie noNelson Mandela base beshadile iminyaka engamashumi amathathu nasishiyagalombili, futhi babona imizamo yabo yokuqinisekisa ukuthi inkululeko yabo bonke eNingizimu Afrika ifezeka lapho uMandela ekhethwa njengomongameli ngo-1994. UMadiba noWinnie bashada ngo-14 Nhlangulana 1958 futhi babe namadodakazi amabili, uZenani ( owazalwa ngoNhlolanja 1959) noZindzisi (owazalwa ngoZibandlela 1960) ngaphambi kokuboshwa ngo-1962.
Ngemuva kokuthi uMandela akhululwe ejele ngo-1990, uWinnie wayeseceleni lapho ehambela imihlangano eminingi, izenzakalo futhi wahamba emhlabeni wonke ukukhuthaza ukuthula eNingizimu Afrika kanye nomkhankaso we-African National Congress. Nakuba umshado wabo ungakwazanga ukuhlala, babenomlando ojulile wothando nokuzibophezela.

“Singawushintsha umhlaba siwenze indawo engcono. Kusezandleni zakho ukwenza umehluko.”~Nelson Mandela

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more