Umndeni ka Mandela

© Dr Peter Magubane
uMndeni wakaMandela usemcimbini wawo wodwa eTuynhuis, emzini kaMongameli eKapa.

Empilweni yakhe yonke u Nelson Mandela washada ka thathu. U nkosikazi wokuqala kwaku Evelyn Ntoko Mase bahlukanisa ngo nyaka ka 1958. U nkosikazi wesibili kwaba u Winnie Nomzamo Zanyiswe Madikizela bahlukanisa ngonyaka ka 1996 umshado woku gcina waba no Graca Machel. Uka Machel wabe kade engu nkosikazi ka mongameli wase Mozambique owabulawa u Somara Machel. U Madiba unaba zukulu abawu 17 kanye nesi zukulane esiwu 15.

“Siyazibophezela sizinikela ekwakheni okuphelele, ubulungiswa kanye nokuthula okuzoma njalo.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more