UNelson Mandela noJohn Kani

© Dr Peter Magubane
uNelson Mandela noJohn Kani kubungazwa usuku lokuzalwa luka Mandela lweminyaka engu72 ubudala eKippies eGoli.

UJohn Kani owazalwa enguuBonisile John Kani ungumdlali waseNingizimu Afrika. Uke wadlala kumafilimu, ithelevishini futhi nemidlalo njengoSarafina !, Nothing but the truth, i-Lion King, i-Black Panther ne-Captain America: Civil War. Ungumdlali owaziwayo emhlabeni jikelele futhi uhlala engumdlali ohloniphekile waseNingizimu Afrika nomqondisi.
Usuku lokuzalwa lukaNelson Mandela lapho egubha iminyaka engamashumi ayisikhombisa nambili e-Kippies eGoli lapho uJohn Kani wajabulela ukuhlangana noMadiba. Njengoba kuboniswe kulesi sithombe bahlanganyela ukumomotheka noxhawulisana ngokuqinile.

“Abantu abanesibindi abakwesabi ukuxolela, ukuze kuzobakhona ukuthula.”~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more