UMadiba ugubha ukuzalwa kwakhe okweminyaka engu-72

© Dr Peter Magubane
uMadiba ubungaza usuku lwakhe lokuzalwa lweminyaka engu 72 esenkulisa eOrlando West.

UNelson Mandela ugubhe usuku lwakhe lokuzalwa iminyaka engu 72 ngo-1990, e-Orlando West ezungezwe ubuso obuncane, obomomothekayo. UMadiba wayethande izingane futhi wayekholelwa ukuthi yikusasa leNingizimu Afrika. Ngo-1995 uMandela wasungula isikhwama seNelson Mandela Children's lapho anikeze ingxenye yesholo sakhe kulo lonke isikhathi sakhe ehhovisi. Isikhwama sizama, "Ukunikeza izwi nesithunzi kumntwana wase-Afrika ngokwakha amaqembu asekele amalungelo"
UNelson Mandela wathi, "Nika ingane uthando, ukuhleka nokuthula."

“Ngesikhathi thina siphakama kokwethu ukwesaba, ubukhona bethu benza kuzenzakalele ukuba nabanye baphakame. Yonke imiphakathi ezweni lethu inelungelo lonke ukuba ikhululeke kuvalo.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more