Umkhankaso we-ANC kaMandela

© Dr Peter Magubane
‘uMandela makabe nguMongameli’ izingqwembe ziphethwe ngabalandeli abathakasile kumkhankaso wokhetho kwirali ye ANC ngoqokiwe ukuyimela e FNB eSitediyamu maduze nase Soweto.

Abantu abavela kuzo zonke izindlela ezahlukene zokuhlangana bahlangana ndawonye eBloemfontein ngoJanuwari 8th 1912 ukwakha i-African National Congress (i-ANC). I-ANC ibilokhu inamandla amakhulu okulwa nokucindezelwa nokucwaswa kwabantu, ukuphikisa nokuhola impi ngokumelene nohulumeni wobandlululo. I-ANC yasiza ukunikeza izinkulungwane zabantu izwi ngesikhathi bezingekho.
Njengoba kuboniswe esithombeni, abasha baseNingizimu Afrika babambisana ubumbano emkhankasweni wokhetho lomkhankaso weqembu le-ANC uNelson Mandela. Isixuku esithintekayo sibonakala sithwele amaphosta athi "Mandela uMengameli". Le ngqungquthela ibanjwe e-First National Bank Stadium ngaseSoweto.

“Ubuphofu abasiwo ingozi. Njengobugqila nobandlululo, kwakhiwa ngabantu futhi bungasuswa izenzo zabantu.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more