UNelson Mandela enkulumeni ze-CODESA
uZwelakhe Sisulu, Roelf Meyer, noNelson Mandela kanye no Cyril Ramaphosa ezingxoxweni ze CODESA.
UNelson Mandela wamemezela izinkulumo zokuqala zomthethosisekelo ngo-13 Novemba 1991 ezizobe ziseWorld Trade Center eKempton Park. Lo kwakuwumhlangano wokuqala wamaqembu amaningi futhi wabizwa ngokuthi The Convention for a Democratic South Africa (CODESA). Kulesi sithombe ungabona uZwelakhe Sisulu, Roelf Meyer, uNelson Mandela noCyril Ramaphosa eNkulumweni ye-CODESA.
“Enye ingxenye yokunga ngophumelelayo ukubhekisa ikhando lakho ngaselangeni, izinyawo zakho zibe ziqhubeka ziyaphambili.”~Nelson Mandela
U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
moreuMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
moreNgo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...
moreIzishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more