Uluhlu Lwezincasiselo Zamazwi Asetshenziswa uma Kukhulunywa Ngokufuywa Kwanogwaja

© Karoline Steenekamp

Nasi uhlu lwamagama asetshenziselwa uma kukhulunywa ngokufuya unogwaja kanye nencazelo ngayinye yazo.
Isici sokuhlasela: Ulaka (ukufuna ukuluma nokuqala) oluvamile ukuvela kubazali kuya kwizingane
Okokulalela: Utshani, imvithi yesaha noma umucu wamaphepha asetshenziselwa ukumboza phansi ikheji, noma ukufaka emabhokisini esidleke.
Ukuqumba: Isisu esivuvukile esibangelwa ukudla okungalungile
Umgomo wemfuyo: Incazelo yokuthi uhlobo lufuze lubukeke kanjani. Zonke izilwane zinesilinganiso sokuzalwa esahlulelwa ngazo
Ama-Bucks: Onogwaja abesilisa
Ithileyi yokubamba: Ithileyi efakwe ngaphansi yocingo ukuze ibambe umquba nomchamo
Ukuthena: Ukususa zitho zesilisa zokuzala futhi wenze onogwaja besilisa bengazalisi.
Nquma: Ukudla okuhlaza, ihhoyi enqunywe kahle
I-Coccidiosis: Isifo sobhaktheriya esingabulala onogwaja. Kuyenzeka kakhulu emakhejini onogwaja angahlanzekile.
Ikoloni: Ikheji enkulu noma umlapho onogwaja abasha abaningana abangakhula ndawonye
Umquba wokwenziwa: Iqoqo lazo zonke umquba, ukulala kanye nezinto zokutshala ezishiywe ukubola futhi zisetshenziswe engadini yemifino njengomanyolo
Okuqoqene: Ukuxuba kokudla okulinganiselayo nokufaka umshini wokwenza uhlwane. Indlela enhle, kodwa ebizayo yokondla onogwaja
Okuvumelanayo: Konke okufanayo
Ukukhulelwa: Isikhathi lapho owesifazane ekhulelwe
Ikhava: Igama elisetshenziselwa ukuchaza ukulalana
ama Does: Onogwaja besifazane
Umthamo Ophindwe kabili: Amakheji abekwe ngaphezulu komunye nomunye
I-Eragrostis: Utshani obuhle kakhulu ongasomiswa ube ihhoyi
Iziqukathi zokuphakela: Izitsha kanye nezinhlelo ezisetshenziselwa ukuphakela ekhejini
Ondla: Ukuthatha abantwana bomunye unogwaja ubanikeze omunye unogwaja ukuze akhulise
Ezofuzo: Isayensi yokutadisha izici zokufunzwa kwezinhlobo ezehlukene ezemfuyo
Izitho: Izitho zobulili
Ukudla okuluhlaza: Noma yimiphi imifino noma utshani obusha
Ihhoyi: Utshani onomisiwe
I-Hay Ricks: Uhlelo lwezintambo olusetshenziselwa ukubamba utshani lokudla
I-Haunches: Imilenze yangemva kwanogwaja
Ukusetshenziswa kwasekhaya: Ukuhlatshwa ukuphakela umndeni hhayi ukudayiswa
Amahoppers: Iziqukathi eziphaka ngokwazo
Indlwana: Ikheji lapho unogwaja ugcinwa khona
Ikhadi le-Hutch: Isistimu yokugcina irekhodi ehleliwe emgodini
Ukungakhulelwe: Kuphephile ekubanjeni isifo
Ngenisa: Ukuletha kusuka kwelinye izwe noma indawo
Kokudabuka: Izilwane ezivela endaweni abahlala kuzo
Umsebenzi omkhulu: Kudinga umsebenzi omkhulu ukuze uthole ilungelo
I-Litter: Iqoqwana yengane yonogwaja evela kumama oyedwa
Izinkalo: Imisipha egijima ngaphansi komgogodla wenogwaja lapho imilenze yangemuva ijoyina umzimba
Imalocclusion: Amazinyo aphukile noma awonakele
Ibele: Izitho ezinikezela ubisi ezinganeni
Imastitis: Isifo sebele
Ukuzalanisa: Ukubeka ndawonye owesilisa nowesifazane ukuze bazalise
Umfundisi: Umhlahlandlela noma uthisha
I-Myxomatosis: Isifo esibulalayo esingenaso eNingizimu Afrika
Ibhokisi lesidleke: Isiqukathi lapho unogwaja agcina ingane
Umbele: Ingxenye yebele lapho izingane ziphuza khona
On Heat: Unogwaja olungele ukuzalisa
Mnandi: Okuhlwabusayo
Ukuhlukanisa: Umhlukanisi emgodini owenza izikhala ezimbili ngaphandle kwesinye

Imbulungana: Ukudla okuxilisiwe okusetshenziselwa ukuphathwa okulula
Udlezinye: Noma yiziphi izilwane ezingafisa ukubulala nokudla onogwaja, ezinjengezinja, amakati, izinyoka, amagundane
Uzalo: Izingane ezisuka kwelinye noma iqembu lezilwane
Ozalayo kakhulu: Unogwaja onabantwana abaningi

Umhadlahadliso: Ihhoyi noma ukudla okuhlaza okungaqoqiwe

Insweba: Ingemuva

Imvithi yesaha: Uthuli ovela ekusikeni izinkuni

Isijingo: Isikhumba entanyeni
Ubulili wezinsana: Ukuhlukanisa abesilisa kusukela kwabesifazane
Nonile: Izilwane ezinamandla, ezikhanyayo neziphilile
Imfuyo: Izilwane zakho ezizalisayo
Umfuyi: Umuntu ohlola futhi aqonde kahle izifuyo zakhe
I-Teff: Utshanii obuvame ukondliwa njengezinga eliphezulu kakhulu lehhoyi
Umgwamanda: Ukuvikela indawo yayo
Viral Haemorrhagic Disease: Isifo esesabisayo kodwa asikho eNingizimu Afrika
I-Vulva: Izitho zangasese zobulili
Amaconsi Amanzi: Ingxenye yesistimu yamanzi okuzenzekelayo lapho isiphuzi siphuza khona
Lumula: Ukuthatha ilitha lezingane ngaphandle kwamama

Translated by Nsika Khoza