Okugxilwe kakhulu ekulimeni kwamadada eNingizimu Afrika ukukhiqiza inyama. Inyama yedada ithengiswa kakhulu ngqo ezindaweni zokudlela eziphezulu, kwezinye izitolo ezinkulu, ezindaweni zokudlela nasezimakethe zabalimi.
Yimakethe encane niche enezinselelo ezithile: hhayi izinsongo ezibandakanya umkhuhlane wezinyoni nokungenisa okungabizi ukuncintisana kodwa kuyimakethe enamandla amakhulu okukhula, ikakhulukazi eNtshonalanga Kapa. Ngakho-ke, abalimi abasha bayacelwa ukuba bacwaninge futhi bathuthukise imakethe yabo okuhloswe ngayo ngaphambi kokuqala.
Lolu chungechunge lwezindatshana lubheka ukulima kwenyama yedada kanye neminye imikhiqizo ehlobene namadada.
Translated by Nsika Khoza