Sunfish
Igama Elijwayelekile
i-Sunfish
Isidlaliso
Mola mola
Amagama eScience
Molidae
Usayizi
Ungafinyelela ku-4 m
Isakhiwo Sayo
Inomzimba osandilinga, omncane. Izigwedlo zayo zangemuva nezasemhlane zinkulu futhi zicijile. Izigwedlo zangemuva zincane okwenza ingazisebenzisi ukugwedla emanzini. Umbala wayo uvamise ukuba ngokhanyayo nompunga namabala amnyama.
Olunye Ulwazi
Uhlobo lwe-molidae lunezizukulwane ezintathu nezinye izinhlobo oluhlobene nazo ezinhlanu. Yiwona fishi osinda kunabo bonke emhlabeni, ngesisindo esiwu-1 000kg. Isebenzisa izigwedlo zayo ezisemgogodleni nezisesinqeni ukuhamba emanzini. Ikhipha amanzi ngamakhala uma ifuna ukuphenduka. Igama layo lisukela endleleni eyenza ngayo esithangamini selanga. Izalelela emanzini amaningi njengolwandle.
Ukudla
Idla abanye ofishi nezinye izilwane ezitholakala emanzini.
Ukusabalala Kwayo
Itholakala kuzo zonke izindawo ezifudumele emhlabeni.