Stingrays
Ama-Stingrays

© Jean Tresfon

Igama Elijwayelekile

ama-stingrays

Olunye uhlobo

iwhiptail, i-mangrove, i-whip ray, i-honeycomb, i-bluespotted, i-bluespotted ribbontail, i-blotched

Igama lesayensi

i-dasyatidae

Usayizi

Ungafinyelela ku-4m

Isakhiwo sawo

Igama lawo lisuselwa ekutheni anodosi emsileni. Anomzimba oyisicaba osandilinga namaphiko angunxantathu. Kunzima ukubona ikhanda lawo emzimbeni. Anomsila omude.

Olunye ulwazi

Uhlobo lwe-dasyatidae lunezizukulwane eziyisishiyagalolunye nezinye izinhlobo ezimdibi nawo eziwu-70. Ahlala ngaphansi kwamanzi eduze nolwandle. Atholakala olwandle nasemanzini ahlanzekile. Aphefumula ngokudonsa amanzi ngezimbobo eziseduze namehlo. Amanye anamazinyo ayisicaba angathi amapuleti kanti amanye awanawo sidalo. Agwinya ezinye izilwane. Umsila usebenza ekuzivikeleni kuphela. Amaqanda awo achamuseleka ngaphakathi emzimbeni. Amachwane awo azalwa ephila.

Ukudla

Adla izimbaza, izikhuphashe nofishi abancane. Azifihla ngesihlabathi ukucuthela inyamazane. Ukudla akuzwa ngephunga lapho kungakhona.

Ukusabalala kwawo

Atholakala kuzona zonke izindawo ezifudumele emhlabeni jikelele.

Uhlobo olujwayelekile

Blue-spotted ribbontail ray - Taeniura lymma
Blotched stingray - Taeniura meyeni
Honeycomb stingray - Himantura uarnak