Sea Fans

© Jean Tresfon

Igama eijwayelekile

Sea fans (Gorgonacea)

Isidlaliso

Gorgonians

Usayizi

Ungafinyelela ku-5m

Isakhiwo Sawo

Imvamisa yawo aphakeme, anemixhantela emise okwesiphephimoya. Ezinye zezinhlobo zawo zihlukaniseka ngendlela eziphila ngayo. Imibala yawo ivamisa ukuba ngobomvu, owolintshi nophuzi.

Olunye Ulwazi

Uhlobo lwe-gorgonacea lungolunye lwezinhlobo ezine ze-octocorralia. Zinezinhlaka zamathambo angathi izimpondo. Ama-Polyps anezindevu eziyisishiyagalombili. Uma esekhule ngokugcwele, aba noboya obungathi umshini wokuphephetha umoya. Ezinye izinhlobo zawo zine-zooanthellae, okuyinto esiza kakhulu ekukhiqizeni ukudla. Ama-pygmy seahorses nama-brittlestars avame ukutholakala eduze nolwandle. Anda ngokuziqhamukela.

Ukudla

Adla amabibi asolwandle.

Ukusabalala Kwawo

Atholakala kuzona zonke izindawo ezifudumele emhlabeni jikelele.

Uhlobo Oluvamile

Giant fan coral (Anella mollis)
Sea fan (Acabaria sinaica)
Sinuous sea fan (Eunicella tricoronata)