I-Richtersveld Mountain Desert National Park
Ekhoneni elingasenyakatho-ntshonalanga yeNingizimu Afrika, futhi ihleli maduze nodunga loMfula i-Orange, uzothola i-Richtersveld National Park ebanzi okungange 160,000 ha. Yamemezelwa ngo-1991 ngemuva kwesivumelwano sokubamba umhlaba nomphakathi waseNama, le ndawo yokugcina elihlane lasentabeni inikezela isixuku sabantu abathanda ingaphandle ithuba lokuphunyuka okuphelele kuyo yonke into edolobheni.
I-Richtersveld Mountain Desert National Park yaxhunyaniswa ne-Ai/Ais - umlingani wayo oseNamibia - ngo-2003 ukubeka ipaki yokuqala yamazwe aseningizimu yeAfrika. Yilesi sivumelwano samazwe omhlaba esaholela ekwakheni i-Ai/Ais-Richtersveld Transfrontier Park.
Translated by Nsika Khoza
Njengalokhu, ikude kakhulu nakho konke, okuhlukaniswe yi-Atlantic Ocean entshonalanga, ihlane laseNamib elisenyakatho kanye ne-savannah eyom...
moreUbufakazi bokuqala babantu baseNamaqualand naseRichtersveld bamelelwa ngamathuluzi angamatshe , njengamazembe kanye nembazo ezenziwe ngezand...
moreOkokuqala, kukhona ngempela izimbali nyaka wonke.Izinsobonsobo zasehlobo (njengama-crassulas) zifaka umbala ngezinyanga ezishisayo kusukela ...
moreNgokuqondene nendawo, isifunda esikhulu saseRichtersveld singasho ukuthi sakha isikwele esinqabile ekhoneni eliphezulu lesokunxele seNingizi...
moreNgaphezu kwalokho, iRichtersveld neNamaqualand zakheka ngamuva kwesikhathi eside, okuyinto engididayo engqondweni yami....
moreOkubizwa ngokuthi 'ama-Hottentots' neziChwe babhalwe yizizwe zaseYurophu ezanda ukufika njengabafokazi abangehloniphi uNkulunkulu nezoni ezi...
moreIzinhlobonhlobo zeRichtersveld neNamaqualand ziyamangalisa. Kodwa lesi yisifunda esomile esinemvula yaminyaka yonke engu-150mm, okwenza kube...
moreKwakungewona mgwaqo ophethuzelayo, kodwa eminyakeni eyikhulu elandelayo abantu abaningi abavele kwamanye amazwe bangena e-Namaqualand nasend...
moreNgaphandle kweRichtersveld, isiteshi seKuboes sasiholwa nguReverend Hein omuhle weSonto LaseRhenish....
moreNgo-1957, 'indawo yokugcina abantu abanimibala ehlangene' yaseRichtersveld yanikezwa umngcele obonakalayo wokwakhiwa kocingo oluphakathi kwa...
moreSnobuhle obuthile obuqondwa ngabantu abambalwa , ngokuqinisekile, kodwa kungani kufanele indawo enjalo engenalutho ifaneleke isimo seGugu Lo...
moreNgama-1770, iqembu elisha labahloli langena eNamaqualand. Babengososayensi, abahlola izinyoni nabahlola izimila abahehwa izitshalo ezingaqon...
more