Madiba noMakhenkesi Arnold Stofile emfeni ka Walter Sisulu

© Dr Peter Magubane
uMadiba noMakhenkesi Arnold Stofile emngcwabeni ka Walter Sisulu e-Orlando Stediyamu.

UWalter Ulyate uMax Sisulu owazalwa ngo-1912, obelwisana nobandlululo kanye nelungu le-African National Congress (ANC). Usebenze njengoNobhala Jikelele kanye nePhini likaMongameli we-ANC ngesikhathi sakhe esenhlangano. Ngokudabukisayo uWalter Sisulu wadlulela mhla ka 5 Meyi 2003 eneminyaka engu-91, ezandleni zomkakhe u-Albertina.
Lesi sithombe sibonisa, uNelson Mandela noMakhenkesi Arnold Stofile emngcwabeni kaWalter Sisulu e-Orlando Stadium ngomhlaka-17 Meyi 2003. Abaningi abahloniphekile babeya emngcwabeni. USisulu wangcwatshwa eCroesus Emathuneni eNewclare, eGoli. Abakhulumeli abanikeze le ntshumayelo babe nguThabo Mbeki, uNelson Mandela, noMbhishobhi omkhulu uDesmond Tutu.

“Okubalulekile akusikho nje ukuthi siye sabakhona saphila. Ngumehluko esiwenzile ezimpilweni zabanye abantu okuzochaza impumelelo ephawulekayo yempilo esiyiphilile.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more