
Inkulumo yoku qala ka Mandela e United Nations e New York
uNelson Mandela wethula inkulumo yakhe yokuqala kwi Nhlangano yeZizwe (UN) eNew York.
Mhla zi 22 ku June 1990 eqeda ukuphuma ejele u Mandela emva koku boshwa imnyaka ewu 27, njengo mholi we ANC wakhuluma nabezo mbusazwe e New York wathi : "kuyohlezi kukhona njalo ukuthi kwake kwaba khona ubandlululo kohlezi futhi kubuzwana ukuthi kungani kwathatha isikhathi eside njengalesi ukuthi sithi sekwanele. "
“Inqubekela phambili ebonakalayo ingenzeka uma thina uqobo singeza nesu lokuhlela yonke imininingwano yezimpilo zethu kanye nezenzo zethu.” ~Nelson Mandela

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
more
uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
more
Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...
more
Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more