Hard Corals
Igama Lomndeni
Ama-Hard corals
Igama Lesayensi
Scleractinia
Ubukhulu
Ikhula ize ifinyelele kuma-square metre ambalwa.
Isakhiwo
Isimo, ubukhulu nombala ihlukahlukene kulezi nhlanzi. Ezinye zibushelelezi, ngalezi zikhathi ezinye zinemiphetho ikhanda lonke. Imibala ihlukahlukene isukela kowolintshi, obomvu, ophuzi, oluhlaza satshani, obukhwebezane, ompunga nonsundu.
Olunye Ulwazi
I-Scleractinia ingena ngaphansi komndeni weHexacorallia, ofaka ama- anemone, i-zooanthids nama-corals amnyama. Ama-corals ayimindeni yezixuku ezakha izinhlaka zamathambo. Zixhumana ngenyama enemisipha ehlala amabibi asemanzini, enemibala eyakha uhlaka lwamathambo. Zizala ngokulumbana.
Idla Nhloboni
Zidla izilwanyana zasolwandle.
Zitholakala Kuphi
Kwenzeka kuwona wonke amazinga ezilwandle nomhlaba.
Ezaziwayo kulo luhlobo
Cluster finger coral - Acropora digitifera
Mushroom coral - Fungia scutaria
False brain coral - Symphyllia sp.