
Bushbaby
I-Bushbaby
Igama
I-Bushbaby
Ukubukeka
I-Bushbaby noma i-Galagos ngeyase Afrika, yenye yezilwane ezincane la elizweni. Akujwayekile ukuthi zibonakale ntambama, ngoba zibamatasa ebusuku. Isikhathi esiningi awusiboni lesilwane, kodwa uyasizwa. Isikhalo sayo ngathi esengane.

Isinkwe saziwa ngochwepheshe ngokuthi iGalago moholi, isilwane esincane esisankawu esihlala ezihlahleni, esikhuthele ebusuku. Ziyakwazi ukug...
more
Isinkwe sitholakala ebusuku kuphela sikhalisa okomntwana womuntu, okuyikhona okwenza ukuthi sithole igama lesiNgisi i-thick-tailed bushbaby....
more