Brown House Snake
Umzingandlu

© Tyrone Ping

Igama

Umzingandlu [Boaedon capensis]

Vital Statistics

Nhloboni: Reptilia
Mkhakha muni: Squamata
Mndeni muni: Colubridae
Ezinye izinhlobo zayo: Umzingandlu uhlukaniswe ngezinhlobo eziyisikhombisa e-Afrika
Ubude beyesifazane: 783 mm
Ubude beyesilisa: 656 mm

Ibonakala Ngani

Umzingandlu yinyoka enekhanda elinakekile nomzimba oncane. Umzimba wayo ubovu okunsundu. Ezindala ziba mnyamana ngebala. Kunemigqa ekhanyayo emaceleni ekhanda.

Zande Kuphi

Umzingandlu utholakala kulo lonke elaseNingizimu Afrika. Kukhona ezinye izinhlobo zawo osekunqunywe ukuthi zingenye inhlobo e-Afrika.

Mayelana Nokuzala

Zibekela amaqanda angafika angaba yi-16 ehlobo, ziwafukamele izinsuku ezingama-60 kuya kwangama-90. Ezicasanda kuchanyiselwa zinobude obungamamilimitha ayi-190 kuya kuma-260.