Bat-eared Fox
Udlamhloswana

© Nigel J Dennis

Igama

Udlamhloswana (Otocyon megalotis)

Ibonakala Kanjani

Inoboya on thambile obumpunga, nomsila onobuya obumyama ekugcineninomungqa omnyama ngaphezulu komsila. Okugqame kakhulu inezindlebe ezinkulu ezimnyama ngaphandle zibemhlophe ngaphakathi lezilwanyana ezincane zinesisindo esingu3-5kg kusuka emahlombe ziphakeme okungu300mmmaqede zibenobu obungange 800mm.

Zidla Nhloboni Yokudla

Zinamazinyo amancane ngaloko zidla izintuthwane, izilwane ezincane nezithelo. Zizingela ngamaqembu emindeni. Zizingela ezidundwini zezintuthwane.

Mayelana Nokuzala

Zizala izingane ezisuka enanini lezi mbili kuya kwezinhlanu emva kokukhulwela ininsuku amaviki ayishumi. Ziqala ukwenza izingane uma zineminyaka emibili.

Iindlela Eziphila Ngayo

Udlamhloswana ulala emgodini wawo emini bese uphume ebusuku. Ezesilisa izona ebheka ndawo uma izingane zisanda kuzalwa zifihlwe emgodini, ngekathi ezesifazane ziyozingela. Zihlala kancono endaweni evulekile noma enotshani obufishane khona zizokwazi ukubona isitha sisa vela kude. Uma zibalekela isitha zizithukusa etshanini obukhulu.

Zitholakala Kuphi

Ziyatho empulanga nase ningizimu leAfrica, zihlala ezindaweni ezingayi tholi imvula njalo ezomile. Seyatholaka endaweni yase Cape Peninsula.

Amaphuzu Abalulekile

Umafuna ukudla noma zihamba izindlebe zizehlisile zincisha ukuthinta phansi. Bese ziyama zilalelisise maziqeda ziqalise ukugubha noma ziqhubeke zihambe. Izindlebe zazo zikwazi ukulalela izintuthwane ezihamba ngaphansi komhlabathi.