Vlei Orchid

Igama

Vlei Orchid

Igama lesiLathini

Eulophia angolensis

Incazelo

I-Vlei orchid yisitshalo esihle ezingajwayelekile nesikhula zifike emamithani amabili uma siqhakazile. Inamaqabunga ashwabene amila ezansi esiqwini, eduze komhlabathi, futhi iba nezimbali ephuzi enuka kamnandi. Le mbali ine-calyx ebheke phezulu engamamilimitha angama-20 ukuvuleka. Lezi zimbali ziphinde zibe namakhasi agoqene apheke phambili, elinye phezu kwelinye, phezu kwentshakaza engathi emaguzuguzu. Isikhathi sokuqhakaza kwembali yiphakathi kukaZibandlela noNhlolanja.

Itholakalaphi

I-Vlei orchid ikhula kakhulu ezindaweni ezimaphakathi ne-Afrika naseNingizimu Afrika.

Olunye ulwazi

I-Vlei Orchid ivamisile ukutholakala emadanyini noma emaxhaphozini, ezindaweni ezinotshani namanzi nasogwini lwemifula.