UWinnie Mandela ukhonza isixuku sabasekeli

© Dr Peter Magubane
uWinnie ubingelela iqulu labalandeli.

UWinnie Mandela ubheke eceleni kukaNelson Mandela njengoba bebingelela isixuku sabasekeli. UWinnie noNelson bobabili bayamangala lapho bebuka ngaphandle kwesixuku ngokujabula.
UWinnie Madikizela-Mandela, owayengumkaNelson Mandela, wayehlonishwa abaningi eNingizimu Afrika ngokuthi "uMama wesizwe." Wayeyindlalifa evelele yokulwa nobubandlululo kanye nozombangazwe. UMadidikizela-Mandela ushonele esibhedlela ngemuva kokungenwa yisifo sezinso ngo-2018. Wayeneminyaka engu-81 ubudala.

“Sifanele ukuba siziqhakambise ngokwedlulele, siphunyuke kwinsakavukela yokwencika okwenziwa yilabo abanamandla ezomnotho kithina: labo abalawula izimakethe ezinkulu kanye nalabo abalinga ukwenza umhlaba ube umfanekiso wabo.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more