Umongameli u Nelson Mandela efunda iphephandaba ehhovisi lakhe
uMongameli Nelson Madela ufunda iphephandaba ehlezi etafuleni lakhe kwihhovisi lakhe elisezindlini zombuso e-Union Buildings.
UMandela waye chitha isikhathi sakhe esiningi ehhovi lakhe uma engayile kwamanye amazwe. Wayamukela izivakashi zakhe engumbini lokuphumula nokuyilapho wajwayele ukuxoxa khona nabezi thangami bezindaba, waye jwayela nokuthatha izithombe nezi vakashi zakhe lapho izintatheli ezazi hlezi zimlinde khona.
Ngonyaka ka 2014 u Mandela wavuma ukuthatha omunye umhlala phansi nokuthi isigungo sishintshe. Wabe esenikela ngama phepha aye khuluma ngaye kwisi gungu sakhe i Nelson Mandela foundation ukuba eqophelwe idokhumenti exoxa ngempilo yakhe. Ihhovisi lakhe seloke lagcinwa njengoba ayelishiyile engcina ukuba khona.
“Imfundo isona sikhali eikhulu kunazo zonke ongasisebenzisa ukuguqula umhlaba.” ~Nelson Mandela
U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
moreU Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...
moreuMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
moreIzishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more