Ukuphatha Isitshalo Seklabishi
Shintshanisa Izitshalo
Shintshanisa nokusandumba kanye nezinye izitshalo ezidala inayithrojeni njengoba iklabishi isebenzisa inayithrojeni eningi.Shintshanisa nezitshalo ezingezona ezihlobene njengendlela yokulwa nokwakhiwa kwezilokazane ezikhathazayo ezivamile.
Inzalo - amathani ngehektha ngalinye
Isilinganiso sokulondoloza: amathani angamashumi amathathu
Isilinganiso esimaphakathi: amathani angamashumi amane nanhlanu
Kuhle: amathani angu-65 kuya kumthani angamashumi ayisishiyagalombili nokwengeziwe
Ukuvuna
Ukuvuna iklabishi yokudayiswa okusha kuvame ukwenza ngesandla ngommese ukuvikela ukulimaza amakhanda. Lapho kuvunelwa ingqubo kwenziwa ngomshini. Lapho kuvunelwa ukugcina kufanele kunqunywe uhlanga kusale amaqabunga amaningi ukuvikela isitshalo.
Isitoreji
Isitoreji senziwa ngokujwayelekile kunothi kuya kuzinga lokushisha elodwa.
Izilokazane Ezikhathazayo Kanye Nezifo
Ukuze uthole izincomo ezifanele kutholakala ukuthi uthole iseluleko esivela kumphathi wesifunda sakho noma umeluleki wenkampani yakho yamakhemikhali.
Izinambuzane
Izinambuzane ezivame kakhulu ezitholakalayo kuklabishi zimpethu,izilwane ezihlala emanzini nasemhlabathini kanye novemvane lwasebusuku.
Izifo
Izifo ezivame kakhulu i-Blackleg, i-black black, i- isikhutha, i-cubroot, i-soft rot kanye ne-Sclerotinia rot.
Translated by Nsika Khoza