Ukufundiswa Kwabalimi Abasha Banogwaja

© Judy Stuart

Onogwaja abafani nanoma yisiphi esinye isilwane esifuywayo. Zinezidingo eziyisisekelo ezihlukile futhi uma zingalawulwa ngendlela efanele kuwo wonke amazinga, ukulima konogwaja kuzogeja. Kubaluleke kakhulu ukuthi abalimi abanogwaja abasha babe nesiqondiso sendlela yokusingatha izinkinga ezingase zenzeke futhi babe nokuqonda izidingo zonogwaja ngaphambi kokuqala.
Kukhona izifundo eziyisisekelo zokulima zanogwaja eNingizimu Afrika futhi umqondo omuhle wokuba nolwazi olutholakalayo ngaphambi kokuba ube ngumlimi wabonogwaja. Izilwane eziningi ohlela ukuba nazo esakhiweni sakho, zenza kubaluleke kakhulu ukuthi kube nomunye umuntu ongabiza uma izinto zingaphambuka.
Okufanelekile, uma imindeni eminingana emphakathini ifuna ukulimala onogwaja, ilungu elilodwa lomphakathi kufanele likhethwe njengalokhu 'umqeqeshi' futhi lowo muntu kufanele ahambe enkambeni yokuphathwa kwanogwaja.

Translated by Nsika Khoza