Leopard Tortoise

© Nigel Dennis

Igama

Leopard Tortoise [Stigmochelys pardalis] / [Geochelone pardalis]

Nhloboni

Reptilia

Mkhakhamuni

Testudines

Mndeni muni

Testudinidae

Ezinye izinhlobo zayo

Western Leopard Tortoise [Stigmochelys pardalis pardalis] kanye Eastern Leopard Tortoise [Stigmochelys pardalis babcocki].

Ubude beyesifazane

750 mm

Ubude beyesilisa

300 - 450 mm

Ibonakala ngani

Lolu fufu lungadlula kumamilimitha angama-700mm ubude namakhilogremu angama-40 isisindo. Igobolodo lalo eqolo liphakeke futhi alibambelele emzimbeni kulo. Umlomo wazo wangezansi wakhiwe ngathi uyaxega futhi unamazenga nezinyo elilodwa elicijile.

Zande kuphi

Lezi zimfudu zande emathafeni e-Africa kusulela eSudan kuya eSouthern Cape. Ngokomlando zazingandile eWestern Cape, eTranskei naKwaZulu-Natal kodwa ziya ngokwanda kwezinye zalezi zindawo.

Mayelana nokuzalana

Ezesifazane zibekela amaqanda ayisithupha kuya kwayi-15 anamagobolondo aqinile. Imigodi ezibeka kuwo amaqanda iyagitshwa futhi ufudu luyayigqisha ngokusebenzisa igobolondo lwalo olusemhlane. Izimfudu ezincane eziphuma eziphuma emaqandeni ziba ngamagremu angama 23-50 kanti ubude ngamamilimitha angama 40-50.

Zidla nhloboni yokudla

Zidla utshani, izitshalo ezikhula ngezikhathi ezithile kuphela nalezi ezikwazi ukugcina amanzi. Zibuye ziququde amathambo zidle nedle ebekwa ngamankentshane.