Civet
Iqaqa

© Nigel Dennis

Igama

Iqaqa [civettictis civetta]

Libonakala Kanjani

Iqaqa linoboya obufishane obunombala ompunga, nimibadlana ebekeke ngendlela thizeni emzimbeni walo. Imilenze yalo no ne2/3 yimmsila zimyama, kuthi enye ingxenye yomsila inemigqa. Ubuso bumpunga ngaphandle kwekhala elimhlophe bese libe nemibala emnyama ekake amehlo owehla nobuso. Intamo yayazo ende inemigqa emunyama nobuhlophe esikhathini esiningi ubawodwa ugqa omhlophe okakwe eminyama.Iqala linama zinyo angu40. Inobhozo abahlanu kuzozonke izinyawo nama zipho angabuyeli emuva.Inamabele okuncelisa ayisithuphaumzimba nenhloko inobude obuyi 680-890mm, umsila uyi445-63mm bese ibenesisindo esingu7-20kg. Inemibala emhlophe nobumhlophe nrmigqa. Loboya obumpunzi bude buqine emsileni.

Lidla Nhloboni Yokudla

Indla yonke inhlobo yokudla inyama nezithelo njengamagundwane, izinyoni, izinkalankala, izinambuzane, amaxoxo, amaqanda Kanye nezithelo. Izinkukhu namazinyane ezimvu anokudliwa nawo. Lesisilwane esizingela ebusuku usithola sinomdlandla umakuqeda nje ukushona ilanga.

Mayelana Nokuzala

Iqqla lisukaselikulungele ukwenza izingane uma linonyaka owodwa lizala izingane ezimbili ngonyaka. Izala eyodwa kuya kwentathu izingane. Iqala lizala kabili noma kathathu enyakeni. Iqaqa lizalwa linezinto eziningi emzimbeni njengo boya yize buthambile kunelezindala. Lizalwa nemigqa engagqamile kakhulu njengezindala. Izingane ziyakwazi ukukhasa zizalwa ngosuku lwezihlanu izinyawi zasemuva zisuke sezikwazi ukuna. Ziqala ukushiya indawo yokuzalwa ngensuku ezingu17-18, ziqala ukubonakala zidlala unma zinamaviki amabili. Zithembele obisini zizezibe namaviki awu6. Emuva kwezinsuku ezingu42 umama wazo uqala ukuzipha ukudla okuqinile. Ngenyanga yesibili seziyazifunela ukudla.

Iindlela Eziphila Ngayo

Iqala liphila lodwa ngaphandle kwezinkathi zokwenza abantwana. Ulwazi ngeqala linciphile ngoba ziphila ebusuku impilo efihlekile. Zizungeza indawo ezihlaku nokuzikhona ngamasimba ibanga elingange350mm ezindingeni anephunga alingahlala izinyanga ezintathu. Iqala linehlo elibanzi nokhono likuzwa iphunga elijulile umazixoisana. Elinye nelinye linephunga elihlukile elizungeza ngalo indawo. Lezizilwane sinomoya ophansi leliphunga zilishiya emzileni ukuxwayisa noma isisfazane sesilindele ukwenza izingane.

Zitholakala Kuphi

Iqaqa litholakala ezikhotheni nasemahlathini Ningizimu namaphakathi weAfrika. Azitholakali ezindaweni ezinesomiso, kepha zitholakala ezindaweni ezinamanzi nasendaweni lapho kakhelwe amanzi njengaseNiger, Mali nase Chad.

Izilwane Ezibanga Ingozi

Zibulawa amabhubesi, izimpisi Kanye nezingwe.