Blue Wildebeest
I-Blue Wildebeest noma i-White-bearded Wildebeest

© Roger de la Harpe

Igama

I-Blue Wildebeest noma i-White-bearded Wildebeest (Connochaetes taurinus)

Ukubukeka

I-Blue Wildebeest i siliva na ngwevu, inemigqa emzibeni wangenhla. Lesilwane usibona ngoboya obude obu lenga entanyeni. Izimazi ne zinkunzi zinamaphondo agobile. Inkunzi isisindo sayo ngu 250kg ubude bayo ngu 1.5m ehlombe. Imazi yincance ubude bayo ngu 1.4m isisindo ngu 180kg.

Ukuzala

I-Blue Wildebeest izala ehlobo, emuva kokuthi ikhulelwe izinyanga ezisi shagalolunye. Ithole lithi liqeda ukuzalwa libeselihamba nomndeni walo.

Ukuziphatha

Njalo maku shintsha inkathi yonyaka, lezilwane ziyafuduka, ukuze zihlale ziphephile, futhi zingashiyi indawo ezisuka kuzo ingenakudla. Lohlaza, utholakala ehamba ngamaqembu angange shumi ukuyosho kwizi nkulungwana ezimbalwa. Izinkunzi yizo eziphatha izinsimu mangabe zingafuduki.

Zitholaka kuphi

Ikakhulukazi zitholakala kwisifundazwe enyakatho-empumalanga eningizimu Afrika. Lezilwane azikho sebungozini, kodwa ke zitholakala kwindawo ezilondoloziwe. Inani lalezilwane lehle kakhulu ngoba kuno cingo elizivimbayo ekutheni zifuduke.

Amanothi asenkambini

Zinhlanu izinhlobo zama Blue Wildebeest e Afrika:
Connochaetes taurinus taurinus - blue wildebeest or bridled gnu
Connochaetes taurinus albojubatus - eastern white-bearded wildebeest
Connochaetes taurinus cooksoni - Cookson’s wildebeest
Connochaetes taurinus johnstoni - Nyassaland wildebeest
Connochaetes taurinus mearnsi - western white-bearded wildebeest

Wildebeest

I-Blue Wildebeest impunga, inemigqa kwesingenhla. Lesi silwane usibona ngoboya obude entanyeni. Izimazi nezinkunzi zinezimpondo ezigobile. I...more