
UNelson Mandela ubingelela isixuku sabantu emcimbini wama Khomanisi
uNelson Mandela ubingelela izixuku ehlanganweni wama Khomanisi eNingizimu Afrika (i-SACP)
Iqembu lama khominisi lali dume kakhulu ngoku sebenza umushosha phansi ngezi khathi zo bandlululo. Leli qembu la valwa ngo 1950 lase libona ukuthi lizihlanganise ne African National Congress (ANC) , lokhu okwakha ubudlelwane obuhle.
Ngezi khathi zoku dingiswa amakhomanisi ayenika i ANC izikhali zokulwa kanye nemali. Bahlangana ndawonye naba holi abafana no Nelson Mandela kanye no Walter Sisuli nama khominisi bakha umkhonto wesizwe, umphathi wama khominisi u Joe Slovo waba ku mkhonto we sizwe baba nobudlwelane no Mandela.
“Ngokuba ukukhululeka akusikho nje kuphela ukuqaqwa kwamaketango akuwo, kodwa ukuphila ngendlela ehlonipha futhi ikhuthaze nenkululeko yabanye.” ~Nelson Mandela

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
more
uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
more
Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...
more
Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more