Tangs/Surgeonfish

© Johan Boshoff

Igama Elijwayelekile

Tangs/Surgeonfish

Igama lesayensi

Zebrasoma

Usayizi

Ungafinyelela ku-30cm, ngokujwayelekile kuba wu-18cm.

Isakhiwo Sayo

Inomzimba osandilinga nekhala elicijile.amaphiko amakhulu emgogodleni nasesinqeni. Inethambo elicijile ngaseqolo. Amaphiko angasemsileni mafishane. Umbala wayo uhlukahlukene kusukela konsundu kuya kophuzi ngokugqamile.

Olunye Ulwazi

I-zebrasoma inezizukulwane ezinezinhlobo ezimdibi nayo eziyisikhombisa. Iyinzalo ye-surgeonfish. Itholakala ezixhotsheni, imvamisa zisuke zihamba ngambili noma ngamaqoqwana. Isebenzisa umhlane uma kunobungozi – uma ikulimazile kungaba nobuthi. Izigwedlo ezisemhlane nasemsileni zamachwane zinkulu uma ziqhathaniswa nemizimba yazo. Izalela emanzini amaningi njengasolwandle.

Ukudla

Idla izitshalo kakhulu nemfucuza yasolwandle,

Ukusabalala Kwayo

Itholakala ezindaweni eziningi ezifudumele emhlabeni jikelele.

Ezinye izinhlobo

Spotted tang - Zebrasoma gemmatum
Yellow tang - Zebrasoma flavescens
Yellowtail tang - Zebrasoma xanthurum