Sea Chubs
Igama elijwayelekile
I-Chubs
Ezalana nazo
AmaDrummers
Igama lesayensi
Kyphosidae
Ubukhulu
Inobude obuwu-70cm
Ibonakala
Inomzimba omncane omise okweqanda, oyisicaba emaceleni, inamazengazenga amahhadla ezimbeni wonke. Inekhanda nomlomo. Inezigwedlo ezimise okwemfoloko.
Ulwazi Olubalulekile
Umndeni weKyphosidae inezinhlobo eziwu-15 kanti inezihlobo eziwu-42. Igama layo laqanjwa ngoba ithanda ukulandela izikebhe. Ihlala ematsheni nazindaweni eziqinile ngaphansi kwamanzi. Amazinyo azo abukeka njengeso. Yinhlanzi enomfutho ethanda ukwazi. Zihamba ziyiqulu elikhulu.
Zidlani
Idla izitshalo nokhula lasolwandle. Ezinye zazo zidla izilwanyana ezingenamathambo kanti zidla kwasani.
Zizalana Kanjani
Kwenzeka kuwona wonke amazinga okushisa kuzo zonke izilwandle emhlabeni.
Izinhlobo Zazo
Chub - Kyphosus sydneyanus
Blue chub - Kyphosus cinerascens
Brassy chub - Kyphosus vaigiensis