Indlu Yangasese eSimangaliso Wetland Park Nombono

Intaba ye Tabor Hut

©Roger de la Harpe
Indlwana yokulala ebizwa Mziki ese-iSimangaliso Wetland Park eyakhiwe njendawo yokubuka kanye nokubheka izitha yiqembu lokuzingela le Catalina, lapha ngesikhathi seWWII.
Lokho abakwenzayo ukuze begeze ngaleso sikhathi kuvulwe ukucabangela, kodwa namuhla bageza ngaphansi kwebhakede ehlathini ngemuva kwendlwana, kanti indlu yangasese isendaweni encane phansi komgwaqo phambi kwayo, ibheka indawo enkulu yaseSt Lucia Estuary. 'Phezulu' ukuba yizwi elifanele, ngoba ngenkathi kunophahla olulula nezintambo zangohlanga ngezinhlangothi ezintathu, umbono ongaphambili uphazanyiswe kuphela ngombono wakho.

Translated by Nsika Khoza