
Gazania
Terrecotta Gazania
Igama lesiLatini
Gazania Krebsiana subsp. Serrulata
Incazelo
Lesi sitshalo sikhula ngokumelene nomhlaba futhi scishe sibukeea njengechashazi lokukhanya kwelanga. Sikhula size sibe ngamamilimitha ayi-100. Amahlamvu angamamilimitha angama-50 ubude futhi amnyama saluhlaza phezulu abe mhlophe ngezansi. Ama-flowerheads angamamilimitha angama-50 ububanzi. Anombala obomvu okhanyayo (ngezinye izikhathi ziba mhlophe). Isikhathi sokuqhakaza sisukela ngoNtulikazi kuya kuMandulo.
Ikhula kuphi
Isikhathi esiningi ikhula ezindaweni ezivulekile. Ivamile ezifundazweni ezisenyakatho naseKapa.
Amanothi asenkambini
I-Gazania yenye yezitshalo ezigqame kakhulu, ikakhulukazi entwasahlobo uma kunetha, umhlaba uye wembozwe yimibala yale mbali. Lesi sitshalo kucatshangwa ukuthi ngesinye sezitshalo ezimangazayo emhlabeni.