
Devil's Thorn
Igama lesiLatini
Dicerocaryum senecioides
Incazelo
Lena yimifino emincane ihluma kanye ngonyaka. Amahlamvu anamazinyo kanti izimbali zalesi sitshalo zi-pink-mauve, futhi zimi sengathi yicilongo.
Lapho ikhula khona
Ikhula esifundazweni esisenyakatho nase-Kruger National Park, eNingizimu Afrika, Malawi, Botswana, eMozambique naseZimbabwe.
Imbewu
Imbewu ibanjwe yi-capsule enemihlumela emibili.