Chacma Baboon
Isidawana

© Nigel Dennis
Isidawana.

Igama

Isidawana (papio ursinus)

Ibonakala Kanjani

Isidwana sikhulu sinobuso obufana nobenja, sinamazinyo amakhulu. Eyesilisa ekhulile inobude obungange 1.5m kusuka ekhanda ukuya emsileni nesisindo esingu33kg. Ezesifazane ziciphile ngomzimba futhi zinobude ubuyi1.1m nesisindo esingu15kg.

Zidla Nhloboni Yokudla

Isidwana sikhulu sinobuso obufana nobenja, sinamazinyo amakhulu. Eyesilisa ekhulile inobude obungange 1.5m kusuka ekhanda ukuya emsileni nesisindo esingu33kg. Ezesifazane ziciphile ngomzimba futhi zinobude ubuyi1.1m nesisindo esingu15kg.

Mayelana Nokuzala

Zidla inyama nezithelo, ngenjwayelo zidla izithelo zasendle, imbewu, nezi nambuzane, ofezela, nezilwane ezincane, Kanye nezinyoni. Ngoba sezajwayela ukudla emasimini abantu sezajwala nokudla kebha aziwujwayele umbila nezithelo zasemasimini abantu.

Indlela Eziphila Ngayo

Isidawana asinaso isikhathi esibekiwe sokuzala onyakeni kanti futhi zikhwelana unyaka wonke. Ikhulelwa. izinsukuku ezingu 140 bese izila ithole elilodwa. Isidawana sidliwa izingwe namaCheetah.

Zitholakala Kuphi

Zitholakala emahlathini, izindawo ezinesomiso, nasezintabeni zokhahlamba. Umashona ngenhla kwezwe lenhlobo yesidawana inecishe ifane nayo eyaziwa ngeYellow baboon. Zigcwele eningizimu Afrika nasemazweni akhelene.

Amaphuzu Abalulekile

Yize ezingelwa izingwe, Isidawana siyaziwa kokuzilwela futhi sezike zabonakala zinaphaza ingwe ngamazinyo aso. Endaweni yase Cape peninsula zigke zitholakala zigqekeza emizini yabantu nalapho bebekakhona ukuda. Loko sekuke kwadala ukusolana nezinkulumo eziningi phakathi kwalabantu.