Cavebass

© Johan Boshoff

Igama Elijwayelekile

I-Cavebass

Ehlobene Nazo

I-Lampfish

Igama Lesayensi

I-Dinopercidae

Ubukhulu

Ubude bufinyelela ku-75cm

Ibonakala

Imizimba mincanyana futhi imise okweqanda. Inamazenga amise okwekamu. Amazinyo angezansi aphume kakhulu kunawengezansi. Ithi ayibe mnyama nebala elimhlophe, aphelayo uma esemadadlana.

Ulwazi Olubalulekile

Umndeni wamaDinopercidae mibili. Itholakala ngaphansi kwamatshe noma emingeneleni yemigede. Yenza umzindo omkhulukazi engathi kushaywa isigubhu. Izulazula ebusuku.

Zidlani

Idla izitshalo zasolwandle nokusankalankala.

Zizalana Kanjani

Kwenzeka kuwo wonke amazinga okushisa olwandle.

Izinhlobo Zazo

I-Cavebass
I-Dinoperca petersi