Angelfish

© Johan Boshoff

Igama Edume Ngalo

I-Angelfish

Ihlobene Naziphi

Asikho

Igama Lesayensi

I-Pomacanthidae

Ubukhulu

Kuya emaphesentini awu-60, ubuncane baso buqala emaphesentini awu-25.

Ibukeka Kanjani

Sinomzimba oyisibaca. Umlomo omncane, bese siba yindilinga sanyanga. Sinombala othi awube yinsimbi bese siba mnyama ngokukhanyayo kuya kofana nothingo lwenkosazana.

Imininingwane Ejwayelekile

Lesi silwane sinamalungu angaba yisikhombisa bese kuba nezinye eziwu-86 ezithi azifane naso. Siyihlanzi eyomelele nenamandla kakhulu. Sizulazula emini. Ezinye zazo zihamba ngazodwana kanti ezinye ziba ngambili bese ziba nendayo eqhelile kwezinye.

Zidlani

Zidla izitshalo ezincane ezinjengemifino yasolwandle, izilwanyana ezingemathambo.

Zizalana Kanjani

Azikhethi ukuthi isimo sezulu siyashisa noma siyabanda yini kanti nasolwandle olufudumele emhlabeni.

Izinhlobo Zazo Ezidumile

Regal angelfish - Pygoplites diacanthus
Semi-circle angelfish - Pomacanthus semicirculatus
Emperor angelfish - Pomacanthus imperato