Izikhathi Zanamuhla eVredefort Dome

© David Fleminger

Inhlabathi Evundile

Eminyakeni emibili yezigidigidi kusukela umthelela we-Vredefort, imvelo yayitholile kancane umbuyiselo futhi konke kwase kuvele kahle eDome. Amatshe amasha aqhubeka ukwakheka, evala umgodi ophezu kwentaba yomlilo eningizimu -mpumalanga. Ukugugileka kwagugisa amadwala aqoshiwe ukuze kwakhe inhlabathi evundile. Umfula weVaal wasika indlela emadwaleni egranayithi, ukopoza ngasentshonalanga eya olwandle. Konke kuzo, kwakuyindawo enhle enamanzi ahlanzekile, eziningi zokuphila kwezitshalo nezilwane ezigcwele.

Translated by Nsika Khoza

Isitshalo samabhunu aseVredefort

Ubudlelwane phakathi kwamabhunu nabelungu bebuhlala bunzima. Ngemuva kokufuduka, abelungu bavuma ngokuzimela kwamabhunu,...more

Abahlali abasha e-Vredefort

Izinto zazinhle ngokuthula kunsimu ephezulu yaseNingizimu Afrika iningi lama-1700. Khona-ke, ngawo-1800, kwafika amaqembu amasha amabili aba...more

iVredefort Ngesikhathi Sensimbi

Ubudala bensimbi balethwe eningizimu ye-Afrika yiBantu, abafika bevela enyakatho. Laba bahambeli balethe ubuchwepheshe obusha, njengemiseben...more

Vredefort Ngenkathi Yamatshe(Stone Age)

Ngesidlangalazi esidumile se-Cradle of Humankind World Heritage esendaweni engamakhilomitha ayikhulu kuphela enyakatho yeVredefort, kungaca...more

iVredefort ngokhulunyaka lamashumi amabili

Ngemuva kweMpi Ye-Anglo-Boer yesibili iphelile, umnotho wesifunda saseVredefort wabhujiswa. Abalimi abaningi babuyela emasimini ashile futhi...more