Banded Mongoose
Buhala

© Nigel J Dennis

Igama

Buhala (Mungos mungo)

Ibonakala Kanjani

Elesilisa ayanesisindo esidlula ezesifazane umazingakakhuli ngokwanele. Zithi umasezizndala zibenesisindo esilinganayo esingu 1.5kg. Lelibuhala libonakala ngobuso obucijile elimise okwanxantathu ibenezindlebe eziyisicaba. Zinemisila emideenoboya noboya obuqinile. Umbala umpunga oxubenu nobunsundu nemigqa engqamile neminyamana eqolo. Kuthi izindwawo ezisezansi zinomubala okhanyayo.

Zidla Nhloboni Yokudla

Ibuhala lidla izilwane ezingama invertebrates, ikakhulukazi amabhungaye nezintuthwane kwezinyiizinkathi inokudla izilwane ezinkulu njengamagundwane nezinyoka. Inokudla emgqonyeni kadoti. Ibuhala likudla amaqanda ezinyoni ezibeka izidleke zazo phansi. Idonsa iqanda ngezinzipho iliphonsele emuva ngemizamo yokuliphula.

Mayelana Nokuzala

Ibuhala lesifazane lizala ingane ezingu 2,6. Zizala umkanye emuva kokukhulwa amaviki angu-8 kuya kungawu-9. Bese zikhulisa izingane zizonke ngesikhathi esisodwa. Zimithisana ngesikhathi semvula onyakeni kuthi eempilweni yowesifazane eyesifazane izala izingane ezingu 1.4 onyakeni.

Iindlela Eziphila Ngayo

Ibuhala liphela neqembu elilodwa impilo yalo yonke elinezilwane ezibalelwa kusuka ku6 kuya ku40, leliqembu liba nezindala ezingu16 nezingane zabo.Izilwane ezibaseqenjini kulezizilwano Ilona eliphezulu ukudlula zonke izilwane ezidla inyama. Zombili ezesifazane nezesilisa zifuzisa inzalo yazo.

Zitholakala Kuphi

Lezizilwane ezikhonze ukuhamba ngamaqembu zithola ezindaweni ezifana ne KwaZulu Natal ngasolwandle eNorth neNorthern Western Province nase Mozambique. Ziyatholakala naseBotswana neNamibia

Amaphuzu Abalulekile

Isisindo (Eyesifazane): 1, 0 - 1, 4 kg
Isisindo (Eyesilisa): 1, 0 - 1, 4 kg
Ubude (Eyesifazane): 55 cm
Ubude (Eyesilisa): 55 cm
Isikhathi sokukhulwelwa: 2 months
Inani lezingane: 2 - 8
Ubudala bokwennza izingane: 1 year
Isisi uma Izalwa: 20 g
Inhloboni: Idla inyama

Imizila Yezinyawo

Inimbozo abayisihlanu ezinyaweni zaphambili, Ubhozo wokugala uvela emzileni uma isilwane sihamba kancane kuphela kephe awubonakali uma isilwane sigijima. Kunobhozo abayosihlanu ezinyaweni zange muva kepha emzileni ubona uzipho kwaphela kubhozo wokuqala.

Okubalulekile

Ibuhala lidume kuzimela uma libhekane nebhubesi noma lizizwela lingaphephile Selike labonakala lihlasela ubuso bebhubesi elalilikakile.