UNelson Mandela nama dodakazi akhe kanye ne ndodana yakhe
uNelson Mandela Umi namadodakazi akhe oZindzi, Zenani, Makaziwe no Makgatho. uMakaziwe nondodana uMakgatho bangabantwana basemshadweni wakhe wokuqala no Evelyn Mase, abahlkanisa ifindo lomshando ngo 1958.
U Nelson Mandela wama nama dodakazi akhe u Zindzi, Zenani, Makaziwe kanye nendodana u Makgatho. U Madiba wathola u Makaziwe kanye no Makgatho Mandela ku nkosikazi wokuqala u Evelyn Mase okwathi ngesikhathi bahlukanisa umshado ngonyaka ka 1958. Ngonyaka ka 2005 u Makgatho washonela esibhedlela sase Goli ebulawa ingculazi. Emshadweni wesibile no Winnie Mandela baba nezingane ezimbili u Zindzi no Zenani. U Winnie no Mandela bahlukanisa umshado wabo ngo 1996.
“Nginesiqiniseko ukuthi akukho muntu…. ongangisola ngokuba ngugombela kwesakhe, uma nje ngisenempilo enhle, nginomndeni wami, abangani bami, ninabangani bami kanye nami futhi.” ~Nelson Mandela
U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...
moreuMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
moreNgo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...
moreIzishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more