UMandela usayina ikhophi yenye yezi ncwadi zakhe i 'Long Walk to Freedom '

© Dr Peter Magubane
uMadiba usayindela uCindy Futhane incwadi yomlando ngaye iLong Walk to Freedom. uFuthane wayeyilunga leKhomisha Yezokhetho, ibhodi elaliqokelwe ukubhekelela ukuhamba kahle kokhetho lokuqala lwentando yeningi eNingizimu Afrika ngo 1994 kanti futhi ungumama wendodana encane ka Peter Magubane uIpeleng Magubane

I 'Long Walk to Freedom ' enye yezincwadi ekhuthazayo ekhuluma ngempilo ka Nelson Rolihlahla Mandela. Uxoxa kabanzi ngempilo yakhe, umzabalazo kanye nomuzuzu omkhulu owaziya ama afrika we nkululeko.

“Kanti ngesikhathi sikhipha okwethu ukukhanya, sithi singazelele sibe sinikeze abanye ilungelo lokuba nabo benze okunjalo.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more