Triggerfish

© Johan Boshoff

Igama Elijwayelekile

Triggerfish

Igama leSayensi

Balistidae

Usayizi

Ifikela ku 1 m, Ivamise ukuba ngu35 cm.

Ibonakala ngani

Imise okweqanda nekhanda elinsolo iphinde icije ukuya ngase msileni. Umsila uhlakazekile. Amafins aseqolo acije kbili, ayakwazi ukugoqeka. Inhlobo eningi yazo inamazinyo ansolo angaphambili. Amafins aseqolo nsemsileni akheleke emuva komzimba ache unxantathu. Tholakala ngemibala eminingi nemidwebo ehlukene.

Imininingwane

Lomndeni wama-Balistidae unemkhakha engu12 nezinhlotshana ezingu 42. Zitholakala kuma reefs. Zinolaka. Ispine esisenhla siyaqinda uma ihlasela. Inesidleke ehlala kusana esivikelayo. Ibekela mamaqanda esidlkeni.

Idlani

Idla ama-crustaceans, molluscs, sea urchins namanye ama-echinoderms. Ezinye zidla ama-plankton.

Itholakalaphi

Itholakala emanzini athokomele olwandle nolwandle olukwiTropical.

Ezinye izinhlobo

Clown triggerfish - Balistoides conspicillum
Redfang triggerfish - Odonus niger
Titan triggerfish - Balistoides viridescens