Grey Plover

Igama

Grey Plover

Igama lesi Latin

Pluvialis squatarola

Umndeni

Charadriidae

Ubude

30 cm

Ukuhlala

Ivame ukuhlala yodwa, noma uyibone inomhambi, ngaseduze kolwandle. Kwenye inkathi iyabonakala ezindaweni ezingenalo ulwandle.

Ukufuduka

Ngoba yinyoni elandela ihlobo, itholakala eduze kolwandle, nasezindaweni ezinamanzi anosawoti. Ziyayithanda futhi ogwini olusentshonalanga, lapho eziye zihlale khona kuze kube ubusika.

Isikhalo

Inesikhalo esithandekayo esithi, 'tlui-tlui'.

Ukuzalela amaqanda

I-grey plover ayizaleli amaqanda e-South-western Cape.

Incazelo yendala

Inesiphongo eziphezulu, no-bill omfushane okwenza ukuthi lo plover ahluke kuma-waders. Izimpaphe zayo ukusukela esilevini ukuyosho esiswini zimphosholo, bese iba nemigqa emihlophe emaceleni, okunguwo umbala obonakala kakhulu. Yinyoni ebonakala kaningi ehlobo, ebusika zithi gqwa gqwa.

Ukusakazeka

Ibonakala ngasolwandle ikakhulu ogwini oluseningizimu-ntshonalanga.