
Cuttlefish
Igama Elijwayelekile
I-Cuttlefish
Ezihlobene Nazo
I-Inkfish
Igama Lesayensi
I-Sepiida
Ubukhulu
Bufinyelela ku-1 m.
Ibonakala Ngani
Zinemizimba emise okweqanda nezigwedlo ezinobude obulingana nemizimba yazo. Zinezingalo eziyisishiyagalombili nezinye ezimbili zokudla. Zinezinhlamvu zamehlo ezimise okuka-W. Imibala yakhona iyahlukahlukana ngoba izisiza ukuthi zicashe.
Imininingwane
Lezi zinhlanzi zingaphansi kwezilwane ezineziboya ezizungeze imilomo kubalwa izimbambela, i-squid ne-nautilus. Isikhathi esiningi siyaye siphanjaniswe nama-squids (kodwa asinazo izinhlamvu ezingu-W). Inamathambo angaphakathi emzimbeni abizwa, ewasebenzisa ukunyakazisa umzimba.
Isikhathi esiningi siyashesha emanzini. Ikhiqiza ubuthi obusa-inki ebusebenzisa ukuzivikela. Zizalana ngamaqanda azalelwa emifantwini noma ezintweni ezilele ngaphansi kwamanzi.
Zidlani
Zidla izinhlanzi nezinkalankala.
Zizalana Kanjani
Zizalana kunoma yiziphi izimo zezulu ezilwandle zomhlaba wonke.
Izinhlobo Zazo
I-Giant cuttlefish - Sepia apama
I-Mourning cuttlefish - Sepia plangon
I-Needle cuttlefish - Sepia aculeata