Coelacanth

© Johan Boshoff

Igama Elijwayelekile

I-Coelacanth

Ehlobene Nazo

I-Old Four Legs

Igama Lesayensi

Latimeriidae

Ubukhulu

Ubude ifikelela ku-1,7 m

Ibonakala Ngani

Inomzimba owomelele onamezenge amakhulu alukhuni njengethambo. Amazenge akhona athi awafane namazinyo. Izigwedlo ezisesifubeni ziyafana nezingezansi. Isigwedlo somsila sikhulu futhi siyindilinga. Inombala omnyama ngokukhanyayo, obuye uthi awube luhlaza okwesibhakabhaka, kanti futhi umzimba wakhona unamachashaza.

Imininingwane

Umdeni we-Latimeriidae unelunga elilodwa kanti inezizwe ezimbili. Kuke kwacatshangwa ukuthi isiyanyamalala, but kwabuye kwatholakala ezinye ngonyaka ka. Yaqaka ukudotshwa emfuleni i-Chalumna e-Monti. Ithilakama emanzini ashona ngokujulile (100-400m) kanti ihlala emogedeni. Uma isebenziso izigwedlo zayo kuba sengathi ithatha amagxathu. Izingela ebusuku. Sichina amaqanda emzimbeni aze achamisele.

Okudliwa Iyo

Idla izinhlanzi nemibokwane. Iyinhlanzi edla kuphela okuphambukele ngakuyo. Ayidingi ukudla okuningi.

Zizalana Kanjani

Zizalana kakhulukazi eSodwana, eComoros nase-Indonesia.