Clownfish

© Johan Boshoff

Igama Elijwayelekile

I-Clown damselfish

Ehlobene Nazo

I-Anemonefish

Igama Lesayensi

Amphiprioninae

Ubukhulu

Isukela ku-18cm, ize igcine ku-10cm.

Ulwazi Olubalulekile

Ziyindilingi, imizimba iyisibaca, ikhuluphele nezigwedlo ezinkulu. Inolaka. Imibala yayo ihlukene, kukhona ophuzi, owolintshi, obomvu nomnyama nokumhlophe. Inomzimba othi awuqonde.

Iminingwane

I-Amphiprioninae inezinhlobo ezimbili kanti inezihlobo eziwu-28. Zihlobene nama-anemones. Indle yayo inomsoco nezivikelo kwezinye izinhlanzi. Zizalwa ziyiqoqwana elincane elifinyelela kwezintathu. Zonke lezi zinhlanzi zizalwa zingamadoda bese zishintsha ubulili uma kufa eyesifazane ifa. Izalela amaqanda uma iphansi kwamanzi, kanti eyesilisa iyawagada aze achanyiselwe.

Zidlani

Idla izitshalo zasolwandle, onoshobishobi, iminenke nezinkalankala.

Zizalana Kanjani

Kwenzeka ngazo zonke izikhathi zokufudumala zolwandle.

Izinhlobo Zazo

Clown anemonefish - Amphiprion percula
Nosestripe clownfish - Amphiprion akallopisos
Twobar clownfish - Amphiprion allardi