Abanakekeli asebekhulile baya khuthaza

© Eric Miller
Umbhali uJo-Anne Smetherham ubhala ngengxoko ebenayo no gogo abayisithupha base Khayelitsha, eKapa. Laba gogo ba ngamalungu eqembu elibizwa ngokuthi yi Grandmothers Against Poverty and Aids (GAPA), lengxoxo izofakwa kwi ncwadi ebizwa ngokuthi I-The Never Give Ups. Lencwadi ikhuluma ngempilo yalaba gogo besenga mantombazana amancane akhulele Eastern Cape, ukuzosho manje, sebebadala benemindeni yabo eKhayelitsha.

Amandla okuxhumana

Mawubheka ubunzima laba gogo abahlangene nabo, uyabona ukuthi uzwelano, no bungane ababuthola kwi GAPA okubenza baqhubeke nempilo.

Umsebenzi abawenzayo uyancomeka. Ngifunde kuningi kwingxoxo engibenazo nala ba gogo. Kuko konke ubunzima abahlangenabo, abashintshanga, bangabantu besimame abaqotho, futhi bayikuthazo kubantu abafana nami.

Ukuhlala nabo kungifundise ukuba no buntu, nanokuthi umunti yini. Ngenkathi ngibhala lama bali alaba gogo, kuzikhathi lapho ebengike ngime khona ngoba ngithukile. Ogogo be GAPA bahlangene nobunzima obuningi, futhi baya bonisa ukuthi ukuhlangana nezinto ezibuhlungu empilweni kungakukhubaza. Kodwa umakwazi ukusukuma uxhuge uyaphambili lokho kukwenze ubewumuntu owomelele.

Lapho kwaqala khona iqembu le: Grandmothers Against Poverty and Aids Group (GAPA)

U-Alicia Mdaka usixoxela ngokuthi i-GAPA yaqala kanjani nanokuthi iyishintshe kanjani impilo yakho....more

Izindaba zogogo – ukufa kwabathandwayo bebulawa yigciwane le ngculazi

Goldie Qyayia nomkhwenyana wakhe uOtto base Khayelitsha, babenganqondi kakhle makukhulunywa nge ngculazi, kodwa ke ingane zabo yazibulala, u...more

Izindaba zogogo – ubuncweti ngobandlululo

UTenjiwe Tutu usixoxela ngendlela awayephila ngayo ngenkathi awayesebenza emakhishini ngesikhathi sobandlulo, ukubalekela amaphoyisa nokucis...more

Izindaba zogogo – Umshado wama ngokwesiko lesiXhosa

UGoldie Qayiya no Felicia Mfamana masixoxela ngendlela ezahlukile abashada ngazo ngesiXhosa. UGoldie washada ngoba wayekhethelwe...more