Water Hyacinth
Isidwa Esimhlophe
Igama
Isidwa Esimhlophe (Water Hyacinth)
Igama lesiLathini
Eichhornia Crassipes
Incazelo
Le mbali ithanda amanzi futhi igabe ngamakhasi aluhlaza okotshani nembali eshwabene. Izimbali zayo zithanda ukuba bukhwebezane.
Isidwa esimhlophe sidabuka eMelika.
Sitholakala kuphi
Sikhula noma kuphi lapho kunamanzi khona, nanoma yikuphi lapho sitshalwa khona, kanti sitholakala kuyo yonke i-Afrika.
Amaphuzu abalulekile
Isidwa esimhlophe sithathwa njengesitshalo esihamba phambili ekudleni amanzi eNingizimu Afrika. Saqala ukutshalwa eKapa eminyakeni yawo-1900, kodwa lesi sitshalo sesivele sasabalala ngamandla, sacekela phansi konke okuwumthombo nempilo yezitshalo noma yikuphi lapho sikhula khona.
Ziningi izindlela ezizanywa ukusinqanda kepha mncane umphumela walokho.