Umgodi Ophezulu Entabeni Owesiqongo Esiyindingilizi eVredefort

© David Fleminger

Eminyakeni Eyizigidigidi Ezimbili Ezedlule

Eminyakeni eyizigidigidi ezimbili ezidlule, inkanyezi ngobukhulu beTable Mountain yawela umhlaba eduze nalapho idolobha laseVredefort limi khona namuhla, enyakatho yeFree State. Ukukhuqhuma okungumathoni ayinkulungwane kwaphefulumisa amatshe asabalale indawo engamakhilomitha angamashumi ayisikhombisa. Kwashiya isikhala esingamakhilomitha angamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalombili ububanzi. Kodwa-ke, manje kwasuswa kwashiya isiqongo esiyindingilizi esamatshe egranayithi esadalwa uqweqwe lomhlaba. Lamagquma enza umjikelezo ojulile phakathi kweVredefort neParys, akha indawo eyiGugu lomhlaba.

Translated by Nsika Khoza

Amadwala ehlathi neVredefort Dome

Ngemuva kwe-Transvaal Supergroup kwafika i-Bushveld Complex, eyakhiwa lapho kutholakala idwala elikhulu elibunjiwe kusukela ngaphakathi kuze...more

Izikhathi Zanamuhla eVredefort Dome

Eminyakeni emibili yezigidigidi kusukela umthelela we-Vredefort, imvelo yayitholile kancane umbuyiselo futhi konke kwase kuvele kahle eDome....more

I-UNESCO ne-Vredefort Dome

gakho-ke, iyini i-Vredefort Dome futhi kungani kubalulekile ngokwanele ukuba kushiwo yindawo eliGugu loMhlaba? Awu, nansi isivumelwano. Emin...more

Ukuvakashela i-Vredefort Dome

Isakhiwo esiphelele seVredefort Dome sisondele ngaphezu kwendawo engumbuthano onamakhilomitha angamakhulu amathathu....more