
Sponges
Igama Elijwayelekile
ama-Sponges
Igama lesayensi
Porifera
Usayizi
Ungadlula ku-5m ubude
Isakhiwo sawo
Usayizi wawo, isimo sawo nombala kuhlukene kakhulu. Engaba umgungquluzi, ebe sankomishinoma abe sasihlahla. Umbala wawo kuba owolintshi, obomvu, omnyama, ompofu nonsundu.
Olunye Ulwazi
Isizukulwane se-porifera sinezinhlobo ezingaphansi kwaso eziwu-15 000. Uhlobo ngalunye ngokuhlukana kwazo iningi lazo elibukeka lisasiponji. Anoboya obuncane emzimbeni obuhambisa amanzi umzimba wonke ukusiza noma edla. Zanda ngokushesha.
Ukudla
Adla izilwanyana ezincane. Amanye adla inyama kuphela – njengezinkalankala ezingaphansi kuka-1mm ubude.
Ukusabalala Kwawo
Atholakala kuzo zonke izindawo ezifudumele emhlabeni.
Uhlobo Olujwayelekile
Cup sponge - Ircinia sp.
Greek sponge - Spongia sp.
Wall sponge - Spirastrella sp.