River Crinum
Igama
River Crinum, Sabie Crinum noma Cape Coast Lily
Igama lesiLathini
Crinum macowanii
Incazelo
Le mbali iwuhlobo lwe-lily eluhlaza enamaqabunga athanda ukusonteka futhi anamazenge emaceleni. Imbalo emhlophe okweqhwa noma ethi mayibe phinki ngokuphashile, emise okwe-bell, ivela ehlobo futhi inemigqa eohinki ngaphansi.
Itholakalaphi
Ikhula ezindaweni eziningi ezehlukene eNingizimu Afrika.
Olunye ulwazi
Lesi sitshalo sivame ukusetshenziswa njengekhambi lokwelapha. Nokho uma usisebenzisa kumele uqaphele ngoba ezinye izingxenye zayo zibobuthi.