Kobs

© Johan Boshoff

Igama Elijwayelekile

ama-Kobs

Isidlaliso

ama-Croakers, ama-hardheads

Igama Lesayensi

ama-Sciaenidae

Usayizi

Ungafinyelela ku-2m, ngokujwayelekile kuba wu-70cm

Isakhiwo Sawo

Wuhlobo lukafishi olunomzimba omude omise okweqanda. Izigwedlo zasemgogodleni zimazengazenga. Anomugqa osemaceleni ogqamile kanti kwesinye isikhathi aba namabala amhlophe. Ezinye zezinhlobo zawo ziba nezindevu ezincane. Isikhathi esiningi ziba umbala oyisiliva noma onsundu. Uhlobo lwawo oluvamile luba nombala obenyezelayo obubende.

Olunye Ulwazi

Umndeni we-sciaenidae unezizukulwaze eziwu-70 nezinye izinhlobo eziwu-270. Lolu hlobo luphindaphinda umsindo ondondayo. Amachwane alo aba nezigwedlo ezinkulu zokuqala. Lutholakala kakhulu ezindaweni ezinesihlabathi. Luzalela emanzini amaningi.

Ukudla

Ludla kakhulu ofishi abancane nezilwane ezingenamgogodla

Atholokala Kuphi

Atholakala kuzo zonke izindawo ezifudumele emhlabeni nasemanzini ahlanzekile nanosawoti.

Uhlobo Oluvamile

Daga kob - Argyrosomus japonicus
Kob - Argyrosomus hololepidotus
Slender baardman - Umbrina ronchus